I-COVID-19 ayinamingcele, ayikhathalele minyaka noma ubuhlanga, isimo sesandulela ngculaza (HIV) noma isigaba senhlalo. Sonke sikulento ndawonye!
Amaqiniso
Ukusabalala kweCOVID-19 ngeshwa sekuholele ekubhebhethekiseni kokucwaswa kwabokufika nokobuhlanga. Khumbula ukuthi izimo zezempilo eziphuthumayo zomhlaba wonke jikelele zawathinta kanjani amaqembu amancane phambilini futhi ukhumbule ukuthi uzwelwano lusemazwini nasezenzweni zethu.
News Source: